30 Kodwa ngemva kwayo nakanjani kuyoba khona iminyaka eyisikhombisa yendlala, yonke inala yasezweni laseGibhithe iyolitshalwa nakanjani, indlala iyoliqothula izwe. + 31 Inala eyayike yaba khona ezweni ngeke isakhunjulwa ngenxa yendlala eyoba khona kamuva, ngoba iyoba nkulu kakhulu.