-
1 Thimothewu 6:9, 10IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
-
-
9 Kodwa, labo abazimisele ngokuceba bawela esilingweni nasogibeni + nasezifisweni eziningi ezingenangqondo nezilimazayo, eziphonsa abantu ekubhujisweni nasencithakalweni. + 10 Ngoba uthando lwemali luyimpande yazo zonke izinhlobo zezinto ezilimazayo, futhi ngokuzama ukufinyelela lolu thando abanye baye baduka okholweni futhi bazigwaza yonke indawo ngeminjunju eminingi. +
-