16 ngoba konke okusezweni—isifiso senyama + nesifiso samehlo + nokugabisa ngalokho umuntu aziphilisa ngakho—akuveli kuBaba, kodwa kuvela ezweni. 17 Ngaphezu kwalokho, izwe liyadlula, kanjalo nesifiso salo, + kodwa lowo owenza intando kaNkulunkulu uhlala kuze kube phakade. +