Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • IzAga 20:1
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 20 Iwayini lingumhleki wosulu, + utshwala bukwenza ungalawuleki; +

      Noma ubani ophambukiswa yilezi zinto akahlakaniphile. +

  • Isaya 5:11
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 11 Maye kulabo abavuka ekuseni ukuze baphuze utshwala, +

      Abahlala kuze kube sebusuku baze badakwe yiwayini!

  • Roma 13:13
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 13 Masiphile ukuphila okufanele + njengokungathi kusemini, ukuphila okungenayo imicimbi* exokozelayo nokudakwa, okungenakho ukuziphatha kabi ngokocansi nokuziphatha kabi okuhambisana nendelelo, *+ okungenakho ukuxabana nomhawu. +

  • 1 Petru 4:3
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 3 Ngoba sanele isikhathi esidlule enisichithe nenza intando yezizwe + lapho niqhubeka ezenzweni zokuziphatha kabi okuhambisana nendelelo,* inkanuko engalawuleki, ukuphuza ngokweqile, imicimbi* exokozelayo, imicimbi* yokuzitika ngotshwala nokukhonza izithombe okunyanyekayo. *+

Zulu Publications (1975-2025)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela