-
Filipi 3:7, 8IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
-
-
7 Kodwa noma yiziphi izinto ezaziyinzuzo kimi, ngizishaye indiva* ngenxa kaKristu. + 8 Ngaphezu kwalokho, ngempela zonke izinto ngizishaya indiva ngenxa yenzuzo edlula zonke izinto yolwazi ngoKristu Jesu iNkosi yami. Ngenxa yakhe ngiye ngamukela ukulahlekelwa yizo zonke izinto futhi ngizibheka njengenqwaba yezibi,* ukuze ngizuze umusa kaKristu*
-