5 Imali, Izisindo, Izilinganiso
Amanani alandelayo abonisa amanani ngokwesilinganiso esisekelwa ubufakazi beBhayibheli nalokho okutholakale emivubukulweni. Zonke izilinganiso zanamuhla ezisetshenziswe kule Nguqulo kumelwe zibhekwe njengokulinganisela.
Ukuze ubale inani lanamuhla legolide noma isiliva, thola inani lako lamuva legremu ngalinye noma i-ounce troy bese uliphindaphinda ngesibalo samagremu noma ama-ounce troy.
“Imayela.” NgesiGr., miʹli·on. (Mat 5:41) Cishe kubhekiselwé esilinganisweni semayela lamaRoma (amafidi angu-5 000 amaRoma; 1 479,5 m). Embhalweni wesiGreki kuLuk 24:13; Joh 6:19; 11:18 kusetshenziswe amastadiyu ekunikezeni izibalo zebanga. (Istadiyu ngalinye lamaRoma = 1⁄8 imayela lamaRoma noma amafidi angu-625 amaRoma; 185 m) Kule Nguqulo Yezwe Elisha izibalo zamastadiyu kuLuk 24:13; Joh 6:19; 11:18 ziye zashintshwa ukuba zibe amakhilomitha. Ngokwesibonelo, kuLuk 24:13 “amastadiyu angamashumi ayisithupha” ahunyushwe ngokuthi ‘elingaba ngamakhilomitha ayishumi nanye’ (noma amamayela amaRoma angu-7,5).
ISHADI LEMALI NGESISINDO EMIBHALWENI YESIHEBHERU
Isilinganiso Sanamuhla
1 igera = 1⁄20 ishekeli = ,57 g = 0,01835 oz t
1 ibeka (ingxenye yeshekeli) = 10 amagera = 5,7 g = 0,1835 oz t
1 ishekeli = 2 amabeka = 11,4 g = 0,367 oz t
1 umina (imane) = 50 amashekeli = 570 g = 18,35 oz t
1 ithalenta = 60 omina = 34,2 kg = 1101 oz t
1 idarike (lasePheresiya, igolide) = 8,4 g = 0,27 oz t
1 idarike (lasePheresiya, isiliva)
(libizwa futhi ngokuthi ishekeli) = 5,60 g = 0,18 oz t
ISHADI LEMALI YASEGRISI NEYASEROMA NGESISINDO EMIBHALWENI YESIGREKI
Isilinganiso Sanamuhla
1 ileptoni (lamaJuda,
ithusi noma ithusi = 1⁄2 amakwatrani
1 ikwatrani (laseRoma,
ithusi noma ithusi
elixutshiwe) = 2 amalepta
1 i-asi noma i-asariyoni
(laseRoma
nasezifundazweni zalo,
ithusi noma ithusi
elixutshiwe) = 4 amakwatrani
1 udenariyu (laseRoma,
isiliva) = 16 ama-asi = 3,85 g = 0,124 oz t
1 idrakma (laseGrisi,
isiliva) = 3,40 g = 0,109 oz t
1 idayidrakma (laseGrisi,
isiliva) = 2 amadrakma = 6,80 g = 0,218 oz t
1 itetradrakma (istatheri
sesiliva) = 4 amadrakma = 13,6 g = 0,436 oz t
1 umina = 100 amadrakma = 340 g = 10,9 oz t
1 ithalenta (igolide
noma isiliva) = 60 omina = 20,4 kg = 654 oz t
IZILINGANISO ZOKETSHEZI
1 ilogi = 1⁄4 ikhabhu = 0,31 L
1 ikhabhu = 4 amalogi = 1,22 L
1 ihini = 3 amakhabhu = 3,67 L
1 ibhati = 6 amahini = 22 L
1 ikhoraa = 10 amabhati = 220 L
IZILINGANISO ZOKOMILE
1 ikhabhu = 4 amalogi = 1,22 L
1 i-omere = 1 4⁄5 amakhabhu = 2,2 L
1 iseya = 3 1⁄3 ama-omere = 7,33 L
1 i-efa = 3 amaseya = 22 L
1 ihomere (ikhora) = 10 ama-efa = 220 L
IZILINGANISO ZOBUDE
1 umunwe = 1⁄4 isandla = 1,85 cm
1 isandla = 4 iminwe = 7,4 cm
1 isipani = 3 izandla = 22,2 cm
1 ingalo = 2 izipani = 44,5 cm
1 ingalo endeb = 7 izandla = 51,8 cm
1 umhlanga = 6 izingalo = 2,67 m
1 umhlanga omude = 6 izingalo ezinde = 3,11 m
1 ifathomu = 1,8 m
[Imibhalo yaphansi]
a Libuye libe isilinganiso sokomile esasilingana nehomere.
b cishe iyalingana nengalo “yangaphambili” kweyesi-2Kr 3:3.