Uhlu Lokuphakathi
September 15, 2012
© 2012 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania. All rights reserved.
Umagazini Ofundwayo
IZIHLOKO EZIFUNDWAYO
OCTOBER 22-28, 2012
Indlela Leli Zwe Eliyophela Ngayo
IKHASI 3 • IZINGOMA: 133, 132
OCTOBER 29, 2012–NOVEMBER 4, 2012
Ukuthula Kweminyaka Eyinkulungwane Nangalé Kwayo!
IKHASI 8 • IZINGOMA: 55, 134
NOVEMBER 5-11, 2012
Funda Ekubekezeleni KukaJehova NoJesu
IKHASI 18 • IZINGOMA: 35, 90
NOVEMBER 12-18, 2012
IKHASI 23 • IZINGOMA: 43, 92
NOVEMBER 19-25, 2012
UJehova Ubutha Abantu Bakhe Abajabulayo
IKHASI 28 • IZINGOMA: 119, 118
INJONGO YEZIHLOKO EZIFUNDWAYO
IZIHLOKO EZIFUNDWAYO 1, 2 AMAKHASI 3-12
Maduze kuzokwenzeka izenzakalo ezinkulu. Lezi zihloko ziqokomisa izenzakalo eziyishumi okudingeka sihlale sicabanga ngazo. Ezinhlanu zihlobene nokuqedwa kwezwe likaSathane kanti ezinye ezinhlanu zihlobene nokumiswa kwezwe elisha.
ISIHLOKO ESIFUNDWAYO 3 AMAKHASI 18-22
Sonke silangazelela ukuphela kwalesi simiso sezinto esibi okuzoletha iPharadesi elibikezelwe. Kungani kubalulekile ukubekezela kungakhathaliseki ukuthi sekuyizinyanga noma iminyaka ulindile? Lesi sihloko sizosisiza ukuba sihlakulele ukubekezela okudingekayo.
ISIHLOKO ESIFUNDWAYO 4 AMAKHASI 23-27
Bonke abantu bakaNkulunkulu balangazelela ukuphela kwalesi simiso esibi. Lesi sihloko sizosibonisa ukuthi kunezinzuzo ukungalwazi usuku oluqondile nehora ukuphela okuzofika ngalo.
ISIHLOKO ESIFUNDWAYO 5 AMAKHASI 28-32
Imihlangano emikhulu ibilokhu iyingxenye ebalulekile ekukhulekeleni okuhlanzekile. Lesi sihloko sihlola ezinye zezenzakalo ezingokomoya ezivelele zemihlangano enjalo ezikhathini zeBhayibheli nezanamuhla futhi sigxile ezinzuzweni esizithola ngokuba khona kuyo.
EZINYE EZIKULO MAGAZINI
13 Izikole Ezingokwasezulwini—Ubufakazi Bothando LukaJehova
ISEMBOZO: Abazalwane ePhilippines bazama ukufinyelela bonke abantu, njengale ndoda egibele isithuthuthu sayo esinekalishi enyakatho Luzon
IPHILIPPINES
INANI LABAMEMEZELI EPHILIPPINES
177 635
AMAPHAYONA AVAMILE
29 699
ABABHAPATHIZWE PHAKATHI NO-2011
8 586
INANI LEZILIMI OKUHUNYUSHELWA KUZO
21