Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • UmShumayeli 1
  • INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

UmShumayeli 1:1

Izikhombo Zezincwadi

  • +1Kh 8:1, 22; 2Kr 5:2; Shu 12:10
  • +1Kh 2:12; 2Kr 9:30

UmShumayeli 1:2

Izikhombo Zezincwadi

  • +Shu 12:8
  • +IHu 39:5; 144:4; Rom 8:20

Izikhombo

  • INcwadi Yokucwaninga

    INqabayokulinda,

    11/1/2006, k. 13

    6/1/1999, k. 24

UmShumayeli 1:3

Izikhombo Zezincwadi

  • +Shu 2:11; Isay 55:2; Mat 16:26; Joh 6:27
  • +Shu 6:12

UmShumayeli 1:4

Izikhombo Zezincwadi

  • +Eks 1:6; IHu 89:47; 90:10; Shu 12:7; Zak 1:5
  • +Efe 3:21
  • +IHu 78:69; 104:5; 119:90

Izikhombo

  • INcwadi Yokucwaninga

    Imibuzo YeBhayibheli Iyaphendulwa, isihloko 70

    INqabayokulinda (Yomphakathi),

    No. 2 2021 k. 4

UmShumayeli 1:5

Izikhombo Zezincwadi

  • +IHu 104:19
  • +Gen 8:22; IHu 19:6

Izikhombo

  • INcwadi Yokucwaninga

    Imibuzo YeBhayibheli Iyaphendulwa, isihloko 82

    Izwi LikaNkulunkulu, k. 103

UmShumayeli 1:6

Izikhombo Zezincwadi

  • +IHu 78:26; 107:25; Luk 12:55
  • +Joh 3:8
  • +Isay 40:22

UmShumayeli 1:7

Izikhombo Zezincwadi

  • +Job 6:15
  • +IHu 104:25; IzE 27:4
  • +Job 38:10
  • +Job 36:27; Isay 55:10; Amo 5:8

Izikhombo

  • INcwadi Yokucwaninga

    Sondela KuJehova, k. 52

    INqabayokulinda,

    1/1/2009, kk. 15-17

    2/15/1998, k. 6

    Izwi LikaNkulunkulu, kk. 99-100

UmShumayeli 1:8

Izikhombo Zezincwadi

  • +Shu 12:12
  • +IzA 27:20; Shu 4:8
  • +IzE 17:21

Izikhombo

  • INcwadi Yokucwaninga

    INqabayokulinda,

    11/1/2006, k. 13

UmShumayeli 1:9

Izikhombo Zezincwadi

  • +Shu 3:15
  • +Gen 8:22; Shu 1:4

Izikhombo

  • INcwadi Yokucwaninga

    INqabayokulinda,

    9/15/1987, k. 24

    3/1/1987, kk. 25-27

UmShumayeli 1:10

Izikhombo Zezincwadi

  • +IHu 77:5
  • +Gen 2:7

Izikhombo

  • INcwadi Yokucwaninga

    INqabayokulinda,

    3/1/1987, kk. 25-27

UmShumayeli 1:11

Izikhombo Zezincwadi

  • +Shu 2:16; Isay 40:6
  • +Shu 9:5

Izikhombo

  • INcwadi Yokucwaninga

    INqabayokulinda,

    2/15/1997, k. 9

UmShumayeli 1:12

Izikhombo Zezincwadi

  • +1Kh 11:31, 42; Shu 1:1

Izikhombo

  • INcwadi Yokucwaninga

    “Yonke ImiBhalo,” k. 112

UmShumayeli 1:13

Izikhombo Zezincwadi

  • +1Kh 4:30; IzA 2:2; Shu 7:25; 8:16
  • +Shu 3:10; 4:4

Izikhombo

  • INcwadi Yokucwaninga

    INqabayokulinda,

    2/15/1997, kk. 13-14

UmShumayeli 1:14

Izikhombo Zezincwadi

  • +IHu 39:6; Shu 2:18; 8:9; 9:3
  • +IHu 39:5; Shu 2:11, 26; 6:9; Luk 12:15

Izikhombo

  • INcwadi Yokucwaninga

    INqabayokulinda,

    4/15/2008, k. 21

    2/15/1997, k. 18

UmShumayeli 1:15

Izikhombo Zezincwadi

  • +Gen 8:21; 1Kh 22:43; Shu 4:1; Dan 2:44; Rom 8:20

Izikhombo

  • INcwadi Yokucwaninga

    INqabayokulinda,

    11/1/2006, k. 14

    5/1/1999, kk. 28-29

    2/15/1997, k. 9

UmShumayeli 1:16

Izikhombo Zezincwadi

  • +IHu 15:2; 77:6; IzA 2:10; 15:28; Mat 12:35
  • +Gen 14:18; 2Kr 1:12; Shu 2:9
  • +1Kh 3:28; 4:29; 2Kr 1:10; IzA 2:6; 8:10

UmShumayeli 1:17

Izikhombo Zezincwadi

  • +Shu 2:12; 9:3
  • +Shu 2:3; 7:25; 10:1
  • +Shu 2:11, 26

UmShumayeli 1:18

Izikhombo Zezincwadi

  • +Shu 2:15; 7:16; 1Ko 3:20
  • +Shu 12:12

Izikhombo

  • INcwadi Yokucwaninga

    INqabayokulinda,

    2/15/1997, k. 9

    8/15/1993, k. 12

Ukulandisa Kwamanye AmaBhayibheli

Cofa inombolo yevesi ukuze ubone amavesi eBhayibheli anokulandisa okufanayo.

Okunye

UmSh. 1:11Kh 8:1, 22; 2Kr 5:2; Shu 12:10
UmSh. 1:11Kh 2:12; 2Kr 9:30
UmSh. 1:2Shu 12:8
UmSh. 1:2IHu 39:5; 144:4; Rom 8:20
UmSh. 1:3Shu 2:11; Isay 55:2; Mat 16:26; Joh 6:27
UmSh. 1:3Shu 6:12
UmSh. 1:4Eks 1:6; IHu 89:47; 90:10; Shu 12:7; Zak 1:5
UmSh. 1:4Efe 3:21
UmSh. 1:4IHu 78:69; 104:5; 119:90
UmSh. 1:5Gen 8:22; IHu 19:6
UmSh. 1:5IHu 104:19
UmSh. 1:6IHu 78:26; 107:25; Luk 12:55
UmSh. 1:6Joh 3:8
UmSh. 1:6Isay 40:22
UmSh. 1:7Job 6:15
UmSh. 1:7IHu 104:25; IzE 27:4
UmSh. 1:7Job 38:10
UmSh. 1:7Job 36:27; Isay 55:10; Amo 5:8
UmSh. 1:8Shu 12:12
UmSh. 1:8IzA 27:20; Shu 4:8
UmSh. 1:8IzE 17:21
UmSh. 1:9Shu 3:15
UmSh. 1:9Gen 8:22; Shu 1:4
UmSh. 1:10IHu 77:5
UmSh. 1:10Gen 2:7
UmSh. 1:11Shu 2:16; Isay 40:6
UmSh. 1:11Shu 9:5
UmSh. 1:121Kh 11:31, 42; Shu 1:1
UmSh. 1:131Kh 4:30; IzA 2:2; Shu 7:25; 8:16
UmSh. 1:13Shu 3:10; 4:4
UmSh. 1:14IHu 39:6; Shu 2:18; 8:9; 9:3
UmSh. 1:14IHu 39:5; Shu 2:11, 26; 6:9; Luk 12:15
UmSh. 1:15Gen 8:21; 1Kh 22:43; Shu 4:1; Dan 2:44; Rom 8:20
UmSh. 1:16IHu 15:2; 77:6; IzA 2:10; 15:28; Mat 12:35
UmSh. 1:16Gen 14:18; 2Kr 1:12; Shu 2:9
UmSh. 1:161Kh 3:28; 4:29; 2Kr 1:10; IzA 2:6; 8:10
UmSh. 1:17Shu 2:12; 9:3
UmSh. 1:17Shu 2:3; 7:25; 10:1
UmSh. 1:17Shu 2:11, 26
UmSh. 1:18Shu 2:15; 7:16; 1Ko 3:20
UmSh. 1:18Shu 12:12
  • INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele
  • Funda Kuleli Bhayibheli: IBhayibheli ImiBhalo Engcwele (nwt)
  • 1
  • 2
  • 3
  • 4
  • 5
  • 6
  • 7
  • 8
  • 9
  • 10
  • 11
  • 12
  • 13
  • 14
  • 15
  • 16
  • 17
  • 18
INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele
UmShumayeli 1:1-18

UmShumayeli

UmShumayeli

1 Amazwi omhlanganisi,+ indodana kaDavide inkosi eJerusalema.+ 2 “Yize leze!”+ kusho umhlanganisi, “yize leze! Yonke into iyize!”+ 3 Unambuyiseloni umuntu kuwo wonke umsebenzi wakhe onzima awusebenza+ kanzima ngaphansi kwelanga?+ 4 Isizukulwane siyamuka,+ isizukulwane siyeza;+ kodwa umhlaba umi kuze kube nini nanini.+ 5 Ilanga nalo liphumile, futhi ilanga lishonile,+ futhi liza liphuthuma endaweni yalo lapho liyophuma khona.+

6 Umoya uya eningizimu, futhi ujikeleza uzungeze uye enyakatho.+ Ujikeleza njalo uzungeza+ ngokuqhubekayo, futhi umoya ubuyela khona kanye emijikelezweni yawo.+

7 Zonke izifufula zasebusika+ ziphuma ziye olwandle,+ kodwa nokho ulwandle alugcwele.+ Endaweni lapho izifufula zasebusika ziya khona, zibuyela khona futhi ukuze ziphinde ziphume khona.+ 8 Zonke izinto ziyakhathaza;+ akekho okwaziyo ukukhuluma ngakho. Iso alaneliswa ukubona,+ nendlebe ayigcwali ngokuzwa.+ 9 Lokho okuye kwaba khona, yilokho okuyoba khona;+ lokho osekwenziwe, yilokho okuyokwenziwa; ngakho ayikho into entsha ngaphansi kwelanga.+ 10 Ikhona yini into umuntu angase athi ngayo: “Uyakubona lokhu; kusha”? Bekulokhu kukhona kusukela nini nanini;+ lokho okuye kwaba khona kusukela esikhathini sangaphambi kwethu.+ 11 Akukho ukukhunjulwa kwabantu bezikhathi zangaphambili, futhi ngeke kube khona nokwalabo abayoba khona kamuva.+ Ngeke kube khona ngisho nokukhunjulwa kwabo phakathi kwalabo abasazoba khona kamuva.+

12 Mina, mhlanganisi, ngangiyinkosi phezu kuka-Israyeli eJerusalema.+ 13 Futhi ngabeka inhliziyo yami ukuba ifune futhi ihlole ukuhlakanipha+ maqondana nakho konke okuye kwenziwa phansi kwamazulu—umsebenzi obangela inhlekelele uNkulunkulu awunike amadodana abantu ukuba abe matasa kuwo.+ 14 Ngabona yonke imisebenzi eyayenziwa phansi kwelanga,+ futhi, bheka! konke kwakuyize nokulwela ukufica umoya.+

15 Lokho okwenziwé kwagwegwa akunakuqondiswa,+ nalokho okuntulekayo akunakwenzeka kubalwe. 16 Mina, yebo, mina, ngakhuluma nenhliziyo yami,+ ngathi: “Bheka! Mina ngiye ngakhula kakhulu ngokuhlakanipha ngaphezu kwanoma ubani oke waba ngaphambi kwami eJerusalema,+ futhi inhliziyo yami yabona ukuhlakanipha nolwazi okukhulu kakhulu.”+ 17 Nganikela inhliziyo yami ekwazini ukuhlakanipha nasekwazini ubuhlanya,+ ngiye ngazi nobuwula,+ ukuthi nalokhu kuwukulwela ukufica umoya.+ 18 Ngoba ngokuchichima kokuhlakanipha kuba khona nokukhathazeka okuchichimayo,+ kangangokuba lowo owandisa ulwazi wandisa ubuhlungu.+

Zulu Publications (1975-2027)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela