2 Samuweli 8:14 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 14 Futhi wagcina izikaniso zamabutho zimisiwe kwa-Edomi.+ Kulo lonke elakwa-Edomi wamisa izikaniso zamabutho, bonke abakwa-Edomi baba yizinceku zikaDavide;+ uJehova wayelokhu emsindisa uDavide nomaphi lapho ayeya khona.+ Malaki 1:2 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 2 “Nginithandile,”+ kusho uJehova. Kodwa nina nithé: “Usithandé ngayiphi indlela?”+ “U-Esawu wayengeyena yini umfowabo kaJakobe?”+ kusho uJehova. “Kodwa uJakobe ngimthandile,+ Roma 9:12 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 12 kwathiwa kuye: “Omdala uyoba yisigqila somncane.”+
14 Futhi wagcina izikaniso zamabutho zimisiwe kwa-Edomi.+ Kulo lonke elakwa-Edomi wamisa izikaniso zamabutho, bonke abakwa-Edomi baba yizinceku zikaDavide;+ uJehova wayelokhu emsindisa uDavide nomaphi lapho ayeya khona.+
2 “Nginithandile,”+ kusho uJehova. Kodwa nina nithé: “Usithandé ngayiphi indlela?”+ “U-Esawu wayengeyena yini umfowabo kaJakobe?”+ kusho uJehova. “Kodwa uJakobe ngimthandile,+