Genesise 15:5 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 5 Wabe esemkhiphela ngaphandle wathi: “Ngicela ubheke phezulu emazulwini ubale izinkanyezi, uma ungase ukwazi ukuzibala.”+ Waqhubeka wathi kuye: “Iyoba ngako inzalo yakho.”+ Duteronomi 34:4 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 4 UJehova waqhubeka wathi kuye: “Nanti izwe engifunge ngalo ku-Abrahama, u-Isaka noJakobe, ngithi, ‘Ngiyolinika inzalo yakho.’+ Ngikwenzé ukuba ulibone ngamehlo akho, njengoba ungeke uwelele kulo.”+ Hebheru 11:12 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 12 Ngakho futhi kumuntu oyedwa,+ owayesefana nosefile,+ kwazalwa abantwana abangangezinkanyezi zezulu ngobuningi nabangangezihlabathi ezingasogwini lolwandle, abangenakubalwa.+
5 Wabe esemkhiphela ngaphandle wathi: “Ngicela ubheke phezulu emazulwini ubale izinkanyezi, uma ungase ukwazi ukuzibala.”+ Waqhubeka wathi kuye: “Iyoba ngako inzalo yakho.”+
4 UJehova waqhubeka wathi kuye: “Nanti izwe engifunge ngalo ku-Abrahama, u-Isaka noJakobe, ngithi, ‘Ngiyolinika inzalo yakho.’+ Ngikwenzé ukuba ulibone ngamehlo akho, njengoba ungeke uwelele kulo.”+
12 Ngakho futhi kumuntu oyedwa,+ owayesefana nosefile,+ kwazalwa abantwana abangangezinkanyezi zezulu ngobuningi nabangangezihlabathi ezingasogwini lolwandle, abangenakubalwa.+