Genesise 31:7 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 7 Kodwa uyihlo uye wangikhohlisa futhi uye washintsha inkokhelo yami izikhathi eziyishumi, kodwa uNkulunkulu akamvumelanga ukuba angilimaze.+ Duteronomi 24:15 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 15 Ngosuku lwaso kufanele usinike inkokhelo yaso,+ lingashoni ilanga isekuwe, ngoba sisenkathazweni futhi siphakamisela umphefumulo waso enkokhelweni yaso; ukuze singakhali ngawe kuJehova,+ kube yisono kuwe.+ 1 AmaKhosi 5:6 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 6 Manje yala ukuba ngigawulelwe imisedari eLebhanoni;+ izinceku zami zizoba kanye nezinceku zakho, futhi ngizokunika inkokhelo yezinceku zakho ngokwakho konke ongase ukusho, ngoba wena ngokwakho wazi kahle ukuthi akekho noyedwa phakathi kwethu okwazi ukugawula imithi njengabaseSidoni.”+ Jobe 7:2 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 2 Njengesigqila uyakhefuzela elangazelela umthunzi,+Nanjengesisebenzi esiqashiwe ulindela inkokhelo yakhe.+ Jeremiya 22:13 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 13 “Maye kulowo owakha indlu yakhe,+ kodwa hhayi ngokulunga, namagumbi akhe aphezulu, kodwa hhayi ngobulungisa, ngokusebenzisa umuntu wakubo okhonza ngeze, engamniki inkokhelo yakhe;+ 1 Thimothewu 5:18 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 18 Ngoba umbhalo uthi: “Ungayifaki isifonyo inkabi lapho ibhula”;+ uthi futhi: “Isisebenzi sifanelwe inkokhelo yaso.”+
7 Kodwa uyihlo uye wangikhohlisa futhi uye washintsha inkokhelo yami izikhathi eziyishumi, kodwa uNkulunkulu akamvumelanga ukuba angilimaze.+
15 Ngosuku lwaso kufanele usinike inkokhelo yaso,+ lingashoni ilanga isekuwe, ngoba sisenkathazweni futhi siphakamisela umphefumulo waso enkokhelweni yaso; ukuze singakhali ngawe kuJehova,+ kube yisono kuwe.+
6 Manje yala ukuba ngigawulelwe imisedari eLebhanoni;+ izinceku zami zizoba kanye nezinceku zakho, futhi ngizokunika inkokhelo yezinceku zakho ngokwakho konke ongase ukusho, ngoba wena ngokwakho wazi kahle ukuthi akekho noyedwa phakathi kwethu okwazi ukugawula imithi njengabaseSidoni.”+
2 Njengesigqila uyakhefuzela elangazelela umthunzi,+Nanjengesisebenzi esiqashiwe ulindela inkokhelo yakhe.+
13 “Maye kulowo owakha indlu yakhe,+ kodwa hhayi ngokulunga, namagumbi akhe aphezulu, kodwa hhayi ngobulungisa, ngokusebenzisa umuntu wakubo okhonza ngeze, engamniki inkokhelo yakhe;+
18 Ngoba umbhalo uthi: “Ungayifaki isifonyo inkabi lapho ibhula”;+ uthi futhi: “Isisebenzi sifanelwe inkokhelo yaso.”+