Genesise 27:39 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 39 Ngakho ephendula, u-Isaka uyise wathi kuye: “Bheka, indawo yakho yokuhlala iyotholakala kude nenhlabathi evundile yomhlaba, futhi iyoba kude namazolo amazulu phezulu.+ Genesise 36:8 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 8 Ngakho u-Esawu wahlala esifundeni sezintaba saseSeyiri.+ U-Esawu ngu-Edomi.+ Duteronomi 2:5 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 5 Ningalwi nabo, ngoba ngeke ngininike ngisho nokungangobubanzi bamathe onyawo kwezwe labo; ngoba iNtaba iSeyiri ngiyinike u-Esawu njengefa.+ Joshuwa 24:4 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 4 Khona-ke u-Isaka ngamnika uJakobe no-Esawu.+ Kamuva u-Esawu ngamnika iNtaba iSeyiri ukuba ayithathe;+ uJakobe namadodana akhe behlela eGibhithe.+
39 Ngakho ephendula, u-Isaka uyise wathi kuye: “Bheka, indawo yakho yokuhlala iyotholakala kude nenhlabathi evundile yomhlaba, futhi iyoba kude namazolo amazulu phezulu.+
5 Ningalwi nabo, ngoba ngeke ngininike ngisho nokungangobubanzi bamathe onyawo kwezwe labo; ngoba iNtaba iSeyiri ngiyinike u-Esawu njengefa.+
4 Khona-ke u-Isaka ngamnika uJakobe no-Esawu.+ Kamuva u-Esawu ngamnika iNtaba iSeyiri ukuba ayithathe;+ uJakobe namadodana akhe behlela eGibhithe.+