1 Samuweli 14:25 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 25 Bonke abantu bezwe bafika ehlathini, lapho kwakukhona khona uju+ phezu kobuso bokhalo. IzAga 25:16 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 16 Ingabe uthole uju?+ Yidla okwanele wena, ukuze ungazigcingci ngalo bese kudingeka uluhlanze.+ Mathewu 3:4 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 4 Kodwa lo Johane wayegqoke izembatho zoboya bekamela+ nebhande lesikhumba+ okhalweni; ukudla kwakhe kwakuyizinkumbi+ noju lwezinyosi zasendle.+
4 Kodwa lo Johane wayegqoke izembatho zoboya bekamela+ nebhande lesikhumba+ okhalweni; ukudla kwakhe kwakuyizinkumbi+ noju lwezinyosi zasendle.+