Eksodusi 40:16 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 16 UMose wenza ngokuvumelana nakho konke uJehova ayemyale ngakho.+ Wenza kanjalo nje. Hebheru 11:7 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 7 Ngokholo uNowa,+ ngemva kokunikwa isixwayiso saphezulu sezinto ezingakabonwa,+ wabonisa ukwesaba kokuhlonipha uNkulunkulu wakha umkhumbi+ wokusindisa indlu yakhe; futhi ngalolu kholo walahla izwe,+ waba yindlalifa yokulunga+ okuvumelana nokholo. 1 Johane 5:3 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 3 Ngoba yilokhu okushiwo uthando+ ngoNkulunkulu, ukuba sigcine imiyalo yakhe;+ futhi imiyalo yakhe ayiwona umthwalo,+
7 Ngokholo uNowa,+ ngemva kokunikwa isixwayiso saphezulu sezinto ezingakabonwa,+ wabonisa ukwesaba kokuhlonipha uNkulunkulu wakha umkhumbi+ wokusindisa indlu yakhe; futhi ngalolu kholo walahla izwe,+ waba yindlalifa yokulunga+ okuvumelana nokholo.
3 Ngoba yilokhu okushiwo uthando+ ngoNkulunkulu, ukuba sigcine imiyalo yakhe;+ futhi imiyalo yakhe ayiwona umthwalo,+