Genesise 9:15 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 15 Ngokuqinisekile ngiyosikhumbula isivumelwano sami+ esiphakathi kwami nani nayo yonke imiphefumulo ephilayo phakathi kwayo yonke inyama;+ futhi amanzi ngeke aphinde abe uzamcolo wokuchitha yonke inyama.+ Isaya 54:9 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 9 “Lokhu kunjengasezinsukwini zikaNowa kimi.+ Njengoba nje ngifungile ukuthi amanzi kaNowa ngeke aphinde adlule emhlabeni,+ kanjalo ngifungile ukuthi ngeke ngikuthukuthelele noma ngikusole.+
15 Ngokuqinisekile ngiyosikhumbula isivumelwano sami+ esiphakathi kwami nani nayo yonke imiphefumulo ephilayo phakathi kwayo yonke inyama;+ futhi amanzi ngeke aphinde abe uzamcolo wokuchitha yonke inyama.+
9 “Lokhu kunjengasezinsukwini zikaNowa kimi.+ Njengoba nje ngifungile ukuthi amanzi kaNowa ngeke aphinde adlule emhlabeni,+ kanjalo ngifungile ukuthi ngeke ngikuthukuthelele noma ngikusole.+