16 ngoba kwadalwa ngayo+ zonke ezinye izinto emazulwini nasemhlabeni, izinto ezibonakalayo nezinto ezingabonakali, kungakhathaliseki ukuthi ziyizihlalo zobukhosi noma ubukhosi noma ohulumeni noma amagunya.+ Zonke ezinye izinto zidalwe ngayo+ futhi zadalelwa yona.