IHubo 27:1 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 27 UJehova ungukukhanya kwami+ nensindiso yami.+Ngizokwesaba bani?+UJehova uyisiphephelo sokuphila kwami.+Ngizoba nengebhe ngobani?+ Isaya 41:10 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 10 Ungesabi, ngoba nginawe.+ Ungaqalazi ngapha nangapha, ngoba nginguNkulunkulu wakho.+ Ngizokuqinisa.+ Impela ngizokusiza.+ Impela ngizoqhubeka ngikubambé ngokuqinile ngesandla sami sokunene+ sokulunga.’+ Roma 8:31 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 31 Sizothini-ke ngalezi zinto? Uma uNkulunkulu engakithi, ubani oyomelana nathi?+ Hebheru 13:6 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 6 Ukuze sibe nesibindi+ futhi sithi: “UJehova ungumsizi wami; ngeke ngesabe. Umuntu angangenzani?”+
27 UJehova ungukukhanya kwami+ nensindiso yami.+Ngizokwesaba bani?+UJehova uyisiphephelo sokuphila kwami.+Ngizoba nengebhe ngobani?+
10 Ungesabi, ngoba nginawe.+ Ungaqalazi ngapha nangapha, ngoba nginguNkulunkulu wakho.+ Ngizokuqinisa.+ Impela ngizokusiza.+ Impela ngizoqhubeka ngikubambé ngokuqinile ngesandla sami sokunene+ sokulunga.’+