Genesise 13:16 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 16 Futhi ngiyokwenza inzalo yakho ibe njengezinhlayiya zothuli lomhlaba, kangangokuthi, uma umuntu engase akwazi ukubala izinhlayiya zothuli lomhlaba, khona-ke nenzalo yakho iyokwazi ukubalwa.+ Genesise 15:5 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 5 Wabe esemkhiphela ngaphandle wathi: “Ngicela ubheke phezulu emazulwini ubale izinkanyezi, uma ungase ukwazi ukuzibala.”+ Waqhubeka wathi kuye: “Iyoba ngako inzalo yakho.”+ IzEnzo 3:25 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 25 Ningamadodana+ abaprofethi nawesivumelwano uNkulunkulu asenza nokhokho benu, ethi ku-Abrahama, ‘Yonke imindeni yomhlaba iyobusiswa ngenzalo yakho.’+ Galathiya 3:29 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 29 Ngaphezu kwalokho, uma ningabakaKristu, ngempela niyinzalo ka-Abrahama,+ izindlalifa ngokubhekiselwe esithembisweni.+ Hebheru 6:14 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 14 ethi: “Ngokuqinisekile ngiyokubusisa nokukubusisa, ngikwandise nokukwandisa.”+
16 Futhi ngiyokwenza inzalo yakho ibe njengezinhlayiya zothuli lomhlaba, kangangokuthi, uma umuntu engase akwazi ukubala izinhlayiya zothuli lomhlaba, khona-ke nenzalo yakho iyokwazi ukubalwa.+
5 Wabe esemkhiphela ngaphandle wathi: “Ngicela ubheke phezulu emazulwini ubale izinkanyezi, uma ungase ukwazi ukuzibala.”+ Waqhubeka wathi kuye: “Iyoba ngako inzalo yakho.”+
25 Ningamadodana+ abaprofethi nawesivumelwano uNkulunkulu asenza nokhokho benu, ethi ku-Abrahama, ‘Yonke imindeni yomhlaba iyobusiswa ngenzalo yakho.’+
29 Ngaphezu kwalokho, uma ningabakaKristu, ngempela niyinzalo ka-Abrahama,+ izindlalifa ngokubhekiselwe esithembisweni.+