-
Levitikusi 24:5INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele
-
-
5 “Futhi kumelwe uthathe ufulawa ocolekileyo ubhake amaqebelengwane ayishumi nambili angamasongo. Eqebelengwaneni ngalinye eliyisongo kumelwe kusetshenziswe izingxenye ezimbili eshumini ze-efa.
-
-
2 IziKronike 13:11INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele
-
-
11 Bathunqisela uJehova iminikelo yokushiswa ekuseni njalo nakusihlwa njalo+ kanye nempepho enamakha;+ futhi izinhla zesinkwa zisetafuleni legolide elihlanzekile,+ kukhona uthi lwesibani lwegolide+ nezibani zalo ukuze zikhanyise njalo kusihlwa;+ ngoba sigcina isibopho+ kuJehova uNkulunkulu wethu, kodwa nina nimshiyile.+
-