Genesise 50:25 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 25 Ngakho uJosefa wawafungisa amadodana ka-Israyeli, wathi: “Nakanjani uNkulunkulu uyoninaka. Ngakho kumelwe nithathe amathambo ami niwakhuphule niwakhiphe lapha.”+ Eksodusi 13:19 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 19 UMose wayephethe amathambo kaJosefa, ngoba wayebafungisile nokubafungisa abantwana bakwa-Israyeli, wathi: “Nakanjani uNkulunkulu uyoninaka,+ futhi kumelwe ninyuke namathambo ami niphume nawo lapha.”+
25 Ngakho uJosefa wawafungisa amadodana ka-Israyeli, wathi: “Nakanjani uNkulunkulu uyoninaka. Ngakho kumelwe nithathe amathambo ami niwakhuphule niwakhiphe lapha.”+
19 UMose wayephethe amathambo kaJosefa, ngoba wayebafungisile nokubafungisa abantwana bakwa-Israyeli, wathi: “Nakanjani uNkulunkulu uyoninaka,+ futhi kumelwe ninyuke namathambo ami niphume nawo lapha.”+