Eksodusi 7:5 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 5 AbaseGibhithe bayokwazi ngokuqinisekile ukuthi nginguJehova lapho ngelulela iGibhithe isandla sami,+ futhi impela ngizobakhipha abantwana bakwa-Israyeli phakathi kwabo.”+ Eksodusi 9:16 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 16 Kodwa, eqinisweni, ngikugciné ngalesi sizathu,+ ukuze ngikubonise amandla ami futhi ngenze ukuba igama lami limenyezelwe emhlabeni wonke.+ 1 Samuweli 25:10 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 10 UNabali waphendula izinceku zikaDavide wathi: “Ungubani uDavide,+ futhi ingubani indodana kaJese? Kulezi zinsuku seziziningi izinceku ezeqayo, yileyo naleyo enkosini yayo.+
5 AbaseGibhithe bayokwazi ngokuqinisekile ukuthi nginguJehova lapho ngelulela iGibhithe isandla sami,+ futhi impela ngizobakhipha abantwana bakwa-Israyeli phakathi kwabo.”+
16 Kodwa, eqinisweni, ngikugciné ngalesi sizathu,+ ukuze ngikubonise amandla ami futhi ngenze ukuba igama lami limenyezelwe emhlabeni wonke.+
10 UNabali waphendula izinceku zikaDavide wathi: “Ungubani uDavide,+ futhi ingubani indodana kaJese? Kulezi zinsuku seziziningi izinceku ezeqayo, yileyo naleyo enkosini yayo.+