Hebheru 6:19 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 19 Leli themba+ sinalo njengehange lomphefumulo, liqinisekile liqinile, futhi lingena ngaphakathi kwesihenqo,+ Hebheru 9:3 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 3 Kodwa ngemva kwesihenqo+ sesibili kwakukhona igumbi letende elibizwa ngokuthi “iNgcwelengcwele.”+ Hebheru 9:7 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 7 kodwa egumbini lesibili umpristi ophakeme yedwa, ungena kanye ngonyaka,+ hhayi ngaphandle kwegazi,+ alinikela ngenxa yakhe+ nangenxa yezono zabantu zokungazi.+ Hebheru 10:20 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 20 asivulela yona njengendlela entsha nephilayo edabula isihenqo,+ okuwukuthi, inyama yakhe,+
19 Leli themba+ sinalo njengehange lomphefumulo, liqinisekile liqinile, futhi lingena ngaphakathi kwesihenqo,+
7 kodwa egumbini lesibili umpristi ophakeme yedwa, ungena kanye ngonyaka,+ hhayi ngaphandle kwegazi,+ alinikela ngenxa yakhe+ nangenxa yezono zabantu zokungazi.+