Levitikusi 19:31 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 31 “‘Ningaphendukeli kwabanemimoya,+ futhi ningabuzi kubabikezeli bezenzakalo,+ ukuze ningcoliswe yibo. NginguJehova uNkulunkulu wenu. Duteronomi 18:11 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 11 noma ophonsa abanye ngeziphonso+ noma obuza konemimoya+ noma umbikezeli wezenzakalo+ nanoma ubani obuza kwabafileyo.+ Galathiya 5:20 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 20 ukukhonza izithombe, umkhuba wokusebenzisa imimoya,+ ubutha, ukuxabana, umhawu, isifuthefuthe sentukuthelo, imibango, ukuhlukana, amahlelo, IsAmbulo 21:8 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 8 Kodwa amagwala nabangenalo ukholo+ nabanengekayo ngenxa yokungcola kwabo+ nababulali,+ nezifebe,+ nabasebenzisa imimoya, nabakhonza izithombe,+ nabo bonke abaqambimanga,+ isabelo sabo siyoba sechibini elivutha umlilo+ nesibabule.+ Lokhu kusho ukufa kwesibili.”+
31 “‘Ningaphendukeli kwabanemimoya,+ futhi ningabuzi kubabikezeli bezenzakalo,+ ukuze ningcoliswe yibo. NginguJehova uNkulunkulu wenu.
11 noma ophonsa abanye ngeziphonso+ noma obuza konemimoya+ noma umbikezeli wezenzakalo+ nanoma ubani obuza kwabafileyo.+
20 ukukhonza izithombe, umkhuba wokusebenzisa imimoya,+ ubutha, ukuxabana, umhawu, isifuthefuthe sentukuthelo, imibango, ukuhlukana, amahlelo,
8 Kodwa amagwala nabangenalo ukholo+ nabanengekayo ngenxa yokungcola kwabo+ nababulali,+ nezifebe,+ nabasebenzisa imimoya, nabakhonza izithombe,+ nabo bonke abaqambimanga,+ isabelo sabo siyoba sechibini elivutha umlilo+ nesibabule.+ Lokhu kusho ukufa kwesibili.”+