Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • Eksodusi 1:11
    INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele
    • 11 Ngakho babeka phezu kwabo izinduna zomsebenzi ophoqelelwe ngenjongo yokubacindezela ekuthwaleni kwabo imithwalo esindayo;+ futhi bakha imizi eyizindawo zikaFaro zokugcina izinto, okuwukuthi, iPhithomu neRamsesi.+

  • Eksodusi 1:14
    INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele
    • 14 Futhi babelokhu bekwenza kube munyu ukuphila kwabo ngokubagqilaza kanzima odakeni lobumba+ nasezitinini nangazo zonke izinhlobo zokugqilazeka ensimini,+ yebo, ngazo zonke izinhlobo zobugqila ababebasebenzisa kuzo njengezigqila ngaphansi kobushiqela.+

  • Duteronomi 26:6
    INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele
    • 6 AbaseGibhithe basiphatha kabi basihlupha futhi basigqilaza kanzima.+

  • IzEnzo 7:19
    INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele
    • 19 Lena yasebenzisa ubuqili ohlangeni lwakithi,+ yaphoqa obaba ngokungafanele ukuba badele izinsana zabo, ukuze zingaphili.+

Zulu Publications (1975-2027)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela