Levitikusi 4:20 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 20 Kumelwe enze kuleli duna njengoba nje enzile kwelinye iduna lomnikelo wesono. Yileyo ndlela ayokwenza ngayo kulo; umpristi kumelwe ayenzele isihlawulelo,+ ngaleyo ndlela kumelwe ithethelelwe. Hebheru 2:17 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 17 Ngenxa yalokho wayebophekile ukuba abe ‘njengabafowabo’ ezicini zonke,+ ukuze abe umpristi ophakeme onesihe nothembekile ezintweni eziphathelene noNkulunkulu,+ ukuze anikele umhlatshelo oyisihlawulelo+ ngenxa yezono zabantu.+ 1 Johane 2:2 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 2 Ungumhlatshelo+ oyisihlawulelo+ wezono zethu,+ nokho kungezona ezethu+ kuphela kodwa nezalo lonke izwe.+
20 Kumelwe enze kuleli duna njengoba nje enzile kwelinye iduna lomnikelo wesono. Yileyo ndlela ayokwenza ngayo kulo; umpristi kumelwe ayenzele isihlawulelo,+ ngaleyo ndlela kumelwe ithethelelwe.
17 Ngenxa yalokho wayebophekile ukuba abe ‘njengabafowabo’ ezicini zonke,+ ukuze abe umpristi ophakeme onesihe nothembekile ezintweni eziphathelene noNkulunkulu,+ ukuze anikele umhlatshelo oyisihlawulelo+ ngenxa yezono zabantu.+
2 Ungumhlatshelo+ oyisihlawulelo+ wezono zethu,+ nokho kungezona ezethu+ kuphela kodwa nezalo lonke izwe.+