Levitikusi 2:13 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 13 “‘Yonke iminikelo yomnikelo wakho wokusanhlamvu uyoyiyolisa ngosawoti;+ futhi akumelwe usawoti wesivumelwano+ sikaNkulunkulu wakho untuleke emnikelweni wakho wokusanhlamvu. Uyoletha usawoti kanye nayo yonke iminikelo yakho. 2 IziKronike 13:5 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 5 Akukhona yini okwenu ukwazi ukuthi uJehova uNkulunkulu ka-Israyeli ngokwakhe wanika uDavide umbuso+ phezu kuka-Israyeli kuze kube nini nanini,+ yena namadodana akhe,+ ngesivumelwano sikasawoti?+
13 “‘Yonke iminikelo yomnikelo wakho wokusanhlamvu uyoyiyolisa ngosawoti;+ futhi akumelwe usawoti wesivumelwano+ sikaNkulunkulu wakho untuleke emnikelweni wakho wokusanhlamvu. Uyoletha usawoti kanye nayo yonke iminikelo yakho.
5 Akukhona yini okwenu ukwazi ukuthi uJehova uNkulunkulu ka-Israyeli ngokwakhe wanika uDavide umbuso+ phezu kuka-Israyeli kuze kube nini nanini,+ yena namadodana akhe,+ ngesivumelwano sikasawoti?+