Numeri 27:13 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 13 Lapho usulibonile, khona-ke uyobuthelwa kubantu bakini,+ yebo, wena, njengoba nje no-Aroni umfowenu abuthelwa kubo,+ Duteronomi 3:27 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 27 Yenyukela esiqongweni sePhisiga+ uphakamisele amehlo akho entshonalanga nasenyakatho naseningizimu nasempumalanga ubone ngamehlo akho, ngoba ngeke uliwele leli Jordani.+ Duteronomi 34:4 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 4 UJehova waqhubeka wathi kuye: “Nanti izwe engifunge ngalo ku-Abrahama, u-Isaka noJakobe, ngithi, ‘Ngiyolinika inzalo yakho.’+ Ngikwenzé ukuba ulibone ngamehlo akho, njengoba ungeke uwelele kulo.”+
13 Lapho usulibonile, khona-ke uyobuthelwa kubantu bakini,+ yebo, wena, njengoba nje no-Aroni umfowenu abuthelwa kubo,+
27 Yenyukela esiqongweni sePhisiga+ uphakamisele amehlo akho entshonalanga nasenyakatho naseningizimu nasempumalanga ubone ngamehlo akho, ngoba ngeke uliwele leli Jordani.+
4 UJehova waqhubeka wathi kuye: “Nanti izwe engifunge ngalo ku-Abrahama, u-Isaka noJakobe, ngithi, ‘Ngiyolinika inzalo yakho.’+ Ngikwenzé ukuba ulibone ngamehlo akho, njengoba ungeke uwelele kulo.”+