Numeri 27:21 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 21 Uyokuma phambi kuka-Eleyazare umpristi, ambuzele+ ngesahlulelo se-Urimi+ phambi kukaJehova. Bayophuma ngomyalo wakhe bangene ngomyalo wakhe, yena nabo bonke abantwana bakwa-Israyeli abakanye naye nayo yonke inhlangano.” Joshuwa 1:16 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 16 Ngakho bamphendula uJoshuwa, bathi: “Konke osiyale ngakho sizokwenza, futhi nomaphi lapho ungase usithume khona sizokuya.+ Hebheru 13:17 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 17 Lalelani abaholayo phakathi kwenu+ futhi nizithobe,+ ngoba baqapha imiphefumulo yenu njengabayolandisa;+ ukuze lokhu bakwenze ngenjabulo hhayi ngokububula, ngoba lokhu bekuyonilimaza.+
21 Uyokuma phambi kuka-Eleyazare umpristi, ambuzele+ ngesahlulelo se-Urimi+ phambi kukaJehova. Bayophuma ngomyalo wakhe bangene ngomyalo wakhe, yena nabo bonke abantwana bakwa-Israyeli abakanye naye nayo yonke inhlangano.”
16 Ngakho bamphendula uJoshuwa, bathi: “Konke osiyale ngakho sizokwenza, futhi nomaphi lapho ungase usithume khona sizokuya.+
17 Lalelani abaholayo phakathi kwenu+ futhi nizithobe,+ ngoba baqapha imiphefumulo yenu njengabayolandisa;+ ukuze lokhu bakwenze ngenjabulo hhayi ngokububula, ngoba lokhu bekuyonilimaza.+