Numeri 25:5 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 5 Khona-ke uMose wathi kubahluleli bakwa-Israyeli:+ “Ngamunye kini makabulale+ abantu bakubo abazihlanganise noBhali wasePheyori.” Numeri 25:9 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 9 Abafa kulesi sishayo baba yizinkulungwane ezingamashumi amabili nane.+ 1 Korinte 10:8 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 8 Futhi masingafebi, njengoba abanye kubo bafeba,+ kwamane kwaphumela ekuweni kwabo, abayizinkulungwane ezingamashumi amabili nantathu kubo ngosuku olulodwa.+
5 Khona-ke uMose wathi kubahluleli bakwa-Israyeli:+ “Ngamunye kini makabulale+ abantu bakubo abazihlanganise noBhali wasePheyori.”
8 Futhi masingafebi, njengoba abanye kubo bafeba,+ kwamane kwaphumela ekuweni kwabo, abayizinkulungwane ezingamashumi amabili nantathu kubo ngosuku olulodwa.+