Duteronomi 30:10 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 10 ngoba uyolilalela izwi likaJehova uNkulunkulu wakho ukuze ugcine imiyalo yakhe nezimiso zakhe ezilotshwe kule ncwadi yomthetho,+ ngoba uyobuyela kuJehova uNkulunkulu wakho ngayo yonke inhliziyo yakho nangawo wonke umphefumulo wakho.+ 2 IziKronike 33:13 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 13 Wayelokhu ethandaza kuYe, kangangokuba wavuma ukuba ancengwe+ nguye futhi wasizwa isicelo sakhe somusa wambuyisela eJerusalema ebukhosini bakhe;+ uManase wazi ukuthi uJehova unguNkulunkulu weqiniso.+ Nehemiya 1:9 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 9 Lapho senibuyile kimi+ nayigcina imiyalo yami+ nayenza,+ ngisho noma abantu bakini abahlakazekile bengaba semkhawulweni wamazulu, ngiyobaqoqa lapho,+ ngokuqinisekile ngibabuyisele+ endaweni engiyikhethile ukuba igama lami lihlale kuyo.’+
10 ngoba uyolilalela izwi likaJehova uNkulunkulu wakho ukuze ugcine imiyalo yakhe nezimiso zakhe ezilotshwe kule ncwadi yomthetho,+ ngoba uyobuyela kuJehova uNkulunkulu wakho ngayo yonke inhliziyo yakho nangawo wonke umphefumulo wakho.+
13 Wayelokhu ethandaza kuYe, kangangokuba wavuma ukuba ancengwe+ nguye futhi wasizwa isicelo sakhe somusa wambuyisela eJerusalema ebukhosini bakhe;+ uManase wazi ukuthi uJehova unguNkulunkulu weqiniso.+
9 Lapho senibuyile kimi+ nayigcina imiyalo yami+ nayenza,+ ngisho noma abantu bakini abahlakazekile bengaba semkhawulweni wamazulu, ngiyobaqoqa lapho,+ ngokuqinisekile ngibabuyisele+ endaweni engiyikhethile ukuba igama lami lihlale kuyo.’+