Duteronomi 4:1 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 4 “O Israyeli, lalela manje iziqondiso nezinqumo zokwahlulela enginifundisa ukuba nizenze, ukuze niphile+ futhi ngempela ningene nilithathe izwe uJehova uNkulunkulu wokhokho benu aninika lona. Luka 10:28 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 28 Yathi kuye: “Uphendulé kahle; ‘qhubeka wenza lokhu uyothola ukuphila.’”+ Galathiya 3:12 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 12 Manje uMthetho awunamatheli okholweni, kodwa “lowo ozenzayo uzophila ngazo.”+
4 “O Israyeli, lalela manje iziqondiso nezinqumo zokwahlulela enginifundisa ukuba nizenze, ukuze niphile+ futhi ngempela ningene nilithathe izwe uJehova uNkulunkulu wokhokho benu aninika lona.