Duteronomi 28:2 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 2 Futhi zonke lezi zibusiso ziyokwehlela phezu kwakho zikufice,+ ngoba uqhubeka ulilalela izwi likaJehova uNkulunkulu wakho: Duteronomi 28:15 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 15 “Kuyothi uma ungalilaleli izwi likaJehova uNkulunkulu wakho ngokuqaphela ukuba wenze yonke imiyalo yakhe nezimiso zakhe engikuyala ngakho namuhla, zonke lezi ziqalekiso ziyokwehlela futhi zikufice:+ Duteronomi 30:1 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 30 “Kuyothi lapho onke la mazwi ekwehlela, isibusiso+ nesiqalekiso,+ engikubeke phambi kwakho, futhi usuwabuyisile enhliziyweni yakho+ phakathi kwazo zonke izizwe uJehova uNkulunkulu wakho akuhlakazele kuzo,+ Duteronomi 30:15 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 15 “Bheka ngibeka phambi kwakho namuhla ukuphila nokuhle, ukufa nokubi.+
2 Futhi zonke lezi zibusiso ziyokwehlela phezu kwakho zikufice,+ ngoba uqhubeka ulilalela izwi likaJehova uNkulunkulu wakho:
15 “Kuyothi uma ungalilaleli izwi likaJehova uNkulunkulu wakho ngokuqaphela ukuba wenze yonke imiyalo yakhe nezimiso zakhe engikuyala ngakho namuhla, zonke lezi ziqalekiso ziyokwehlela futhi zikufice:+
30 “Kuyothi lapho onke la mazwi ekwehlela, isibusiso+ nesiqalekiso,+ engikubeke phambi kwakho, futhi usuwabuyisile enhliziyweni yakho+ phakathi kwazo zonke izizwe uJehova uNkulunkulu wakho akuhlakazele kuzo,+