2 Nokho, kwaba khona futhi nabaprofethi bamanga phakathi kwesizwe, njengoba beyoba khona abafundisi bamanga naphakathi kwenu.+ Bona kanye laba bayongenisa ngesinyenyela amahlelo abhubhisayo futhi bayophika ngisho nomnikazi owabathenga,+ bezilethela ukubhujiswa okusheshayo.