-
Jeremiya 49:2INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele
-
-
2 “‘Ngakho-ke, bheka! kuza izinsuku,’ kusho uJehova, ‘engiyobangela ngazo ukuba kuzwakale inhlabamkhosi yempi+ ngisho nangokumelene neRaba+ lamadodana ka-Amoni; ngokuqinisekile liyoba yindunduma yehlane eliyincithakalo,+ futhi imizana engaphansi+ kwalo iyoshiswa khona kanye emlilweni.’+
“‘U-Israyeli empeleni uyobadla labo abamdlile,’+ kusho uJehova.
-