Eksodusi 19:5 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 5 Manje uma nizolilalela nokulilalela+ izwi lami futhi nizosigcina impela isivumelwano sami,+ ngokuqinisekile niyoba impahla yami ekhethekile kuzo zonke ezinye izizwe,+ ngoba wonke umhlaba ungowami.+ Duteronomi 7:6 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 6 Ngoba uyisizwe esingcwele kuJehova uNkulunkulu wakho.+ Nguwe uJehova uNkulunkulu wakho akukhethile ukuba ube yisizwe sakhe, impahla ekhethekile, kuzo zonke izizwe ezisebusweni bomhlaba.+ Duteronomi 26:18 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 18 UJehova, yena, ukunxenxé ukuba usho namuhla ukuthi uyoba yisizwe sakhe, impahla ekhethekile,+ njengoba nje ekuthembisile,+ nokuthi uyogcina yonke imiyalo yakhe,
5 Manje uma nizolilalela nokulilalela+ izwi lami futhi nizosigcina impela isivumelwano sami,+ ngokuqinisekile niyoba impahla yami ekhethekile kuzo zonke ezinye izizwe,+ ngoba wonke umhlaba ungowami.+
6 Ngoba uyisizwe esingcwele kuJehova uNkulunkulu wakho.+ Nguwe uJehova uNkulunkulu wakho akukhethile ukuba ube yisizwe sakhe, impahla ekhethekile, kuzo zonke izizwe ezisebusweni bomhlaba.+
18 UJehova, yena, ukunxenxé ukuba usho namuhla ukuthi uyoba yisizwe sakhe, impahla ekhethekile,+ njengoba nje ekuthembisile,+ nokuthi uyogcina yonke imiyalo yakhe,