Eksodusi 18:26 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 26 Ahlulela abantu ngazo zonke izikhathi ezifanele. Icala elinzima ayeliletha kuMose,+ kodwa wonke amacala amancane ayewasingatha wona ngokwawo njengabahluleli. Duteronomi 1:16 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 16 “Ngayala abahluleli benu ngaleso sikhathi, ngathi, ‘Lapho nilalela icala phakathi kwabafowenu, kumelwe nahlulele ngokulunga+ phakathi komuntu nomfowabo noma umfokazi okanye naye.+ 2 IziKronike 19:5 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 5 Wamisa abahluleli kulo lonke izwe kuyo yonke imizi yakwaJuda enezivikelo eziqinile, emzini ngomuzi.+
26 Ahlulela abantu ngazo zonke izikhathi ezifanele. Icala elinzima ayeliletha kuMose,+ kodwa wonke amacala amancane ayewasingatha wona ngokwawo njengabahluleli.
16 “Ngayala abahluleli benu ngaleso sikhathi, ngathi, ‘Lapho nilalela icala phakathi kwabafowenu, kumelwe nahlulele ngokulunga+ phakathi komuntu nomfowabo noma umfokazi okanye naye.+
5 Wamisa abahluleli kulo lonke izwe kuyo yonke imizi yakwaJuda enezivikelo eziqinile, emzini ngomuzi.+