Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • Eksodusi 23:21
    INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele
    • 21 Zilinde ngenxa yayo futhi ulalele izwi layo. Ungayidlubulundeli, ngoba ngeke isixolele iseqo senu;+ ngoba igama lami lingaphakathi kuyo.

  • Numeri 14:35
    INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele
    • 35 “‘“Mina Jehova ngikhulumile uma lokhu kungekhona engizokwenza kuyo yonke le nhlangano embi,+ leyo eye yabuthana ndawonye ngokumelene nami: Izophelela kuleli hlane, futhi izofela khona.+

  • 1 Samuweli 3:14
    INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele
    • 14 Yingakho ngiye ngafunga kuyo indlu ka-Eli ukuthi isiphambeko sendlu ka-Eli ngeke sikhululwe ekujezisweni ngomhlatshelo noma ngomnikelo kuze kube nini nanini.”+

  • 2 Petru 2:9
    INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele
    • 9 uJehova uyayazi indlela yokukhulula ekulingweni abantu abanokuzinikela kokuhlonipha uNkulunkulu,+ kodwa agcinele abantu abangalungile usuku lokwahlulelwa ukuze banqunywe,+

Zulu Publications (1975-2027)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela