Genesise 35:19 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 19 Kanjalo uRaheli wafa wangcwatshwa endleleni eya e-Efrathi, okungukuthi, eBhetlehema.+ AbaHluleli 17:7 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 7 Manje kwakukhona insizwa ethile yaseBhetlehema+ lakwaJuda yomndeni kaJuda, futhi yayingumLevi.+ Yayihlala lapho okwesikhashana. Mika 5:2 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 2 “Nawe, Bhetlehema-Efratha,+ wena omncane kakhulu ukuba ube phakathi kwezinkulungwane zakwaJuda,+ kuwe+ ngiyophunyelwa ozoba umbusi kwa-Israyeli,+ osiqalo sakhe sisukela ezikhathini zakuqala, ezinsukwini zesikhathi esingaziwa.+ Mathewu 2:6 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 6 ‘Nawe, Bhetlehema+ lasezweni lakwaJuda, awuwona neze umuzi ongelutho phakathi kwababusi bakwaJuda; ngoba kuwe kuyophuma obusayo,+ oyokwalusa+ isizwe sami, u-Israyeli.’”
7 Manje kwakukhona insizwa ethile yaseBhetlehema+ lakwaJuda yomndeni kaJuda, futhi yayingumLevi.+ Yayihlala lapho okwesikhashana.
2 “Nawe, Bhetlehema-Efratha,+ wena omncane kakhulu ukuba ube phakathi kwezinkulungwane zakwaJuda,+ kuwe+ ngiyophunyelwa ozoba umbusi kwa-Israyeli,+ osiqalo sakhe sisukela ezikhathini zakuqala, ezinsukwini zesikhathi esingaziwa.+
6 ‘Nawe, Bhetlehema+ lasezweni lakwaJuda, awuwona neze umuzi ongelutho phakathi kwababusi bakwaJuda; ngoba kuwe kuyophuma obusayo,+ oyokwalusa+ isizwe sami, u-Israyeli.’”