2 Kumelwe uyikhumbule yonke indlela uJehova uNkulunkulu wakho akwenza ukuba uyihambe ngale minyaka engamashumi amane ehlane,+ ukuze akuthobise,+ futhi akuvivinye+ ukuze azi lokho okwakusenhliziyweni yakho,+ ukuthi uyoyigcina yini imiyalo yakhe noma cha.