Jeremiya 26:11 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 11 Abapristi nabaprofethi baqala ukukhuluma nezikhulu nabo bonke abantu bathi: “Lo muntu ufanelwe isahlulelo sokufa,+ ngoba uprofethé ngokuphathelene nalo muzi njengoba nje nizizwele ngezenu izindlebe.”+ Johane 16:2 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 2 Abantu bayonixosha esinagogeni.+ Eqinisweni, ihora liyeza lapho wonke umuntu onibulalayo eyocabanga ukuthi wenzé inkonzo engcwele kuNkulunkulu.+
11 Abapristi nabaprofethi baqala ukukhuluma nezikhulu nabo bonke abantu bathi: “Lo muntu ufanelwe isahlulelo sokufa,+ ngoba uprofethé ngokuphathelene nalo muzi njengoba nje nizizwele ngezenu izindlebe.”+
2 Abantu bayonixosha esinagogeni.+ Eqinisweni, ihora liyeza lapho wonke umuntu onibulalayo eyocabanga ukuthi wenzé inkonzo engcwele kuNkulunkulu.+