Genesise 36:12 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 12 UThimna+ waba isancinza sika-Elifazi, indodana ka-Esawu. Ngemva kwesikhathi wazalela u-Elifazi u-Amaleki.+ Lawa ngamadodana ka-Ada, umka-Esawu. Eksodusi 17:16 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 16 ethi: “Ngenxa yokuthi kunesandla esilwa nesihlalo sobukhosi+ sikaJah,+ uJehova uyokulwa no-Amaleki izizukulwane ngezizukulwane.”+ Numeri 24:20 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 20 Lapho ebona u-Amaleki, waqhubekisela phambili isaga sakhe wathi:+ “U-Amaleki wayengowokuqala ezizweni,+Kodwa ukuphela kwakhe kamuva yebo kuyoba ukushabalala kwakhe.”+ Duteronomi 25:19 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 19 Kuyothi lapho uJehova uNkulunkulu wakho esekunike ukuphumula kuzo zonke izitha zakho ezikuzungezile ezweni uJehova uNkulunkulu wakho akunika lona njengefa ukuba ulidle,+ umsule nyá u-Amaleki angabe esaphathwa nokuphathwa phansi kwamazulu.+ Ungakhohlwa.
12 UThimna+ waba isancinza sika-Elifazi, indodana ka-Esawu. Ngemva kwesikhathi wazalela u-Elifazi u-Amaleki.+ Lawa ngamadodana ka-Ada, umka-Esawu.
16 ethi: “Ngenxa yokuthi kunesandla esilwa nesihlalo sobukhosi+ sikaJah,+ uJehova uyokulwa no-Amaleki izizukulwane ngezizukulwane.”+
20 Lapho ebona u-Amaleki, waqhubekisela phambili isaga sakhe wathi:+ “U-Amaleki wayengowokuqala ezizweni,+Kodwa ukuphela kwakhe kamuva yebo kuyoba ukushabalala kwakhe.”+
19 Kuyothi lapho uJehova uNkulunkulu wakho esekunike ukuphumula kuzo zonke izitha zakho ezikuzungezile ezweni uJehova uNkulunkulu wakho akunika lona njengefa ukuba ulidle,+ umsule nyá u-Amaleki angabe esaphathwa nokuphathwa phansi kwamazulu.+ Ungakhohlwa.