1 Samuweli 14:20 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 20 Kanjalo uSawule nabo bonke abantu ababekanye naye babizwa.+ Ngakho beza baze bafika empini, futhi lapho, yilowo nalowo wayegwaze umuntu wakubo ngenkemba yakhe;+ ukungquzula kwakukukhulu kakhulu. 2 IziKronike 20:23 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 23 Futhi abantwana bakwa-Amoni nabakwaMowabi bamelana nabakhileyo esifundeni sezintaba saseSeyiri+ ukuba babanikele ekubhujisweni futhi bababhuqe; ngokushesha nje lapho sebeqedile ngabakhileyo eSeyiri, basizana ukuba yilowo nalowo achithe owakubo.+ Isaya 19:2 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 2 “Ngizoqhatha abaseGibhithe nabaseGibhithe, futhi ngokuqinisekile bayolwa yilowo nalowo nomfowabo, nalowo nalowo nomngane wakhe, umuzi ulwe nomuzi, umbuso ulwe nombuso.+ Hezekeli 38:21 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 21 “‘Ngiyombizela inkemba kuso sonke isifunda sami sezintaba,’ kusho iNkosi EnguMbusi uJehova.+ ‘Inkemba yomuntu ngamunye iyomelana nomfowabo.+ Zakariya 14:13 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 13 “Kuyothi ngalolo suku isiphithiphithi esivela kuJehova sisakazeke kabanzi phakathi kwabo;+ empeleni bayobamba, kube yilowo nalowo isandla somngane wakhe, futhi isandla sakhe siphakame ngokumelene nesandla somngane wakhe.
20 Kanjalo uSawule nabo bonke abantu ababekanye naye babizwa.+ Ngakho beza baze bafika empini, futhi lapho, yilowo nalowo wayegwaze umuntu wakubo ngenkemba yakhe;+ ukungquzula kwakukukhulu kakhulu.
23 Futhi abantwana bakwa-Amoni nabakwaMowabi bamelana nabakhileyo esifundeni sezintaba saseSeyiri+ ukuba babanikele ekubhujisweni futhi bababhuqe; ngokushesha nje lapho sebeqedile ngabakhileyo eSeyiri, basizana ukuba yilowo nalowo achithe owakubo.+
2 “Ngizoqhatha abaseGibhithe nabaseGibhithe, futhi ngokuqinisekile bayolwa yilowo nalowo nomfowabo, nalowo nalowo nomngane wakhe, umuzi ulwe nomuzi, umbuso ulwe nombuso.+
21 “‘Ngiyombizela inkemba kuso sonke isifunda sami sezintaba,’ kusho iNkosi EnguMbusi uJehova.+ ‘Inkemba yomuntu ngamunye iyomelana nomfowabo.+
13 “Kuyothi ngalolo suku isiphithiphithi esivela kuJehova sisakazeke kabanzi phakathi kwabo;+ empeleni bayobamba, kube yilowo nalowo isandla somngane wakhe, futhi isandla sakhe siphakame ngokumelene nesandla somngane wakhe.