Joshuwa 15:60 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 60 IKiriyati-bhali,+ okungukuthi, iKiriyati-jeyarimi,+ neRaba; imizi emibili nemizana yayo. 1 Samuweli 7:1 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 7 Ngakho amadoda aseKiriyati-jeyarimi+ eza awukhuphula umphongolo kaJehova awungenisa endlini ka-Abhinadaba+ egqumeni, futhi u-Eleyazare indodana yakhe nguye abamngcwelisa ukuba aqaphe umphongolo kaJehova. 2 IziKronike 1:4 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 4 Nokho, umphongolo+ kaNkulunkulu weqiniso uDavide wayewukhuphulile eKiriyati-jeyarimi+ wawuletha endaweni uDavide ayewulungiselele yona,+ ngoba wayewugxumekele itende eJerusalema.+
7 Ngakho amadoda aseKiriyati-jeyarimi+ eza awukhuphula umphongolo kaJehova awungenisa endlini ka-Abhinadaba+ egqumeni, futhi u-Eleyazare indodana yakhe nguye abamngcwelisa ukuba aqaphe umphongolo kaJehova.
4 Nokho, umphongolo+ kaNkulunkulu weqiniso uDavide wayewukhuphulile eKiriyati-jeyarimi+ wawuletha endaweni uDavide ayewulungiselele yona,+ ngoba wayewugxumekele itende eJerusalema.+