IHubo 10:3 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 3 Ngoba omubi uzidumisile ngenxa yokulangazela kobugovu komphefumulo wakhe,+Nothola inzuzo engafanele+ uzibusisile;נ [Nun]Udelelé uJehova.+ Isaya 56:11 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 11 Yebo bayizinja ezinesifiso somphefumulo esinamandla;+ abakwazi ukwaneliseka.+ Futhi bangabelusi abangakwazi ukuqonda.+ Bonke baphendukele endleleni yabo, yilowo nalowo ngenxa yenzuzo yakhe engenabulungisa emngceleni wakhe siqu:+ Hebheru 5:4 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 4 Futhi, umuntu uthatha lolu dumo, kungengokuzithandela kwakhe,+ kodwa kuphela lapho ebizwa uNkulunkulu,+ njengoba nje no-Aroni+ abizwa.
3 Ngoba omubi uzidumisile ngenxa yokulangazela kobugovu komphefumulo wakhe,+Nothola inzuzo engafanele+ uzibusisile;נ [Nun]Udelelé uJehova.+
11 Yebo bayizinja ezinesifiso somphefumulo esinamandla;+ abakwazi ukwaneliseka.+ Futhi bangabelusi abangakwazi ukuqonda.+ Bonke baphendukele endleleni yabo, yilowo nalowo ngenxa yenzuzo yakhe engenabulungisa emngceleni wakhe siqu:+
4 Futhi, umuntu uthatha lolu dumo, kungengokuzithandela kwakhe,+ kodwa kuphela lapho ebizwa uNkulunkulu,+ njengoba nje no-Aroni+ abizwa.