Ruthe 1:17 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 17 Lapho ufela khona nami ngiyofela khona,+ futhi yilapho ngiyongcwatshwa khona. Sengathi uJehova angenza kanjalo kimi futhi anezele+ kukho uma mina nawe siyohlukaniswa enye into ngaphandle kokufa.” 1 Samuweli 3:17 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 17 Wayesethi: “Lithini izwi alikhulumé kuwe? Ngicela ungangifihleli lona.+ Kwangathi uNkulunkulu angenza kanjalo kuwe futhi kwangathi anganezela kanjalo kukho+ uma ungangifihlela izwi kuwo wonke amazwi awakhulume kuwe.” 1 Samuweli 25:22 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 22 Kwangathi uNkulunkulu angenza kanjalo ezitheni zikaDavide futhi kwangathi anganezela kanjalo kukho+ uma ngingavumela kusale kuze kube sekuseni+ ngisho noyedwa kubo bonke abangabakhe abachamela udonga.”+ 2 Samuweli 3:9 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 9 Kwangathi uNkulunkulu angenza kanjalo ku-Abhineri futhi kwangathi anganezela kanjalo kukho,+ uma, njengoba nje uJehova afunga kuDavide,+ kungeyona leyo indlela engizokwenza ngayo kuye,
17 Lapho ufela khona nami ngiyofela khona,+ futhi yilapho ngiyongcwatshwa khona. Sengathi uJehova angenza kanjalo kimi futhi anezele+ kukho uma mina nawe siyohlukaniswa enye into ngaphandle kokufa.”
17 Wayesethi: “Lithini izwi alikhulumé kuwe? Ngicela ungangifihleli lona.+ Kwangathi uNkulunkulu angenza kanjalo kuwe futhi kwangathi anganezela kanjalo kukho+ uma ungangifihlela izwi kuwo wonke amazwi awakhulume kuwe.”
22 Kwangathi uNkulunkulu angenza kanjalo ezitheni zikaDavide futhi kwangathi anganezela kanjalo kukho+ uma ngingavumela kusale kuze kube sekuseni+ ngisho noyedwa kubo bonke abangabakhe abachamela udonga.”+
9 Kwangathi uNkulunkulu angenza kanjalo ku-Abhineri futhi kwangathi anganezela kanjalo kukho,+ uma, njengoba nje uJehova afunga kuDavide,+ kungeyona leyo indlela engizokwenza ngayo kuye,