1 Samuweli 2:31 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 31 Bheka! Ziyeza izinsuku lapho ngokuqinisekile ngiyoyinquma khona ingalo yakho nengalo yendlu kakhokho wakho, kangangokuthi ngeke libe khona ixhegu endlini yakho.+ 2 IziKronike 24:21 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 21 Ekugcineni bamakhela uzungu+ futhi bamkhanda ngamatshe+ ngomyalo wenkosi egcekeni lendlu kaJehova. IzAga 29:10 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 10 Abantu abomele igazi bazonda noma ngubani ongasoleki;+ abaqotho bona baqhubeka befuna umphefumulo walowo nalowo kubo.+
31 Bheka! Ziyeza izinsuku lapho ngokuqinisekile ngiyoyinquma khona ingalo yakho nengalo yendlu kakhokho wakho, kangangokuthi ngeke libe khona ixhegu endlini yakho.+
21 Ekugcineni bamakhela uzungu+ futhi bamkhanda ngamatshe+ ngomyalo wenkosi egcekeni lendlu kaJehova.
10 Abantu abomele igazi bazonda noma ngubani ongasoleki;+ abaqotho bona baqhubeka befuna umphefumulo walowo nalowo kubo.+