Numeri 12:6 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 6 Waqhubeka wathi: “Ngicela nizwe amazwi ami. Uma kwakuba khona umprofethi kini ongokaJehova, ngangizazisa kuye embonweni.+ Ngangikhuluma naye ngephupho.+ Mathewu 1:20 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 20 Kodwa ngemva kokuba esecabangile ngalezi zinto, bheka! ingelosi kaJehova yabonakala kuye ephusheni, yathi: “Josefa, ndodana kaDavide, ungesabi ukuthatha uMariya umkakho umyise ekhaya, ngoba lokhu akukhulelwe kungomoya ongcwele.+
6 Waqhubeka wathi: “Ngicela nizwe amazwi ami. Uma kwakuba khona umprofethi kini ongokaJehova, ngangizazisa kuye embonweni.+ Ngangikhuluma naye ngephupho.+
20 Kodwa ngemva kokuba esecabangile ngalezi zinto, bheka! ingelosi kaJehova yabonakala kuye ephusheni, yathi: “Josefa, ndodana kaDavide, ungesabi ukuthatha uMariya umkakho umyise ekhaya, ngoba lokhu akukhulelwe kungomoya ongcwele.+