Joshuwa 7:12 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 12 Abantwana bakwa-Israyeli ngeke bakwazi ukuvukela izitha zabo.+ Bazozifulathela izitha zabo, ngoba sebeyinto enikelwe ekubhujisweni. Ngeke ngisaba nani ngaphandle kokuba nibhuqe leyo nto enikelwe ekubhujisweni iphele phakathi kwenu.+ IHubo 44:9 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 9 Kodwa manje ulahlile futhi uyaqhubeka usilulaza,+Futhi awuphumi namabutho ethu.+ IHubo 79:7 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 7 Ngoba zimdlile uJakobe,+Futhi zibangelé indawo yakhe yokuhlala ukuba yenziwe incithakalo.+ IHubo 106:41 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 41 Wabanikela ezandleni zezizwe ngokuphindaphindiwe,+Ukuze labo ababazondayo babuse phezu kwabo,+
12 Abantwana bakwa-Israyeli ngeke bakwazi ukuvukela izitha zabo.+ Bazozifulathela izitha zabo, ngoba sebeyinto enikelwe ekubhujisweni. Ngeke ngisaba nani ngaphandle kokuba nibhuqe leyo nto enikelwe ekubhujisweni iphele phakathi kwenu.+