Roma 1:9 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 9 Ngoba uNkulunkulu, enginikela kuye inkonzo engcwele ngomoya wami mayelana nezindaba ezinhle eziphathelene neNdodana yakhe, ungufakazi wami+ wokuthi ngikhuluma kanjani ngani ngokungaphezi ngaso sonke isikhathi emithandazweni yami,+ Kolose 1:9 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 9 Yingakho futhi, kusukela ngosuku esezwa ngalo ngakho, singayekanga ukunithandazela+ futhi sicela ukuba nigcwale ulwazi olunembile+ ngentando yakhe kukho konke ukuhlakanipha+ nokuqonda okungokomoya,+ 2 Thimothewu 1:3 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 3 Ngiyambonga uNkulunkulu, enginikela kuye inkonzo+ engcwele njengoba kwenza okhokho+ ngonembeza ohlanzekile,+ ngokuthi angiyeki ukukukhumbula ekunxuseni kwami,+ ubusuku nemini
9 Ngoba uNkulunkulu, enginikela kuye inkonzo engcwele ngomoya wami mayelana nezindaba ezinhle eziphathelene neNdodana yakhe, ungufakazi wami+ wokuthi ngikhuluma kanjani ngani ngokungaphezi ngaso sonke isikhathi emithandazweni yami,+
9 Yingakho futhi, kusukela ngosuku esezwa ngalo ngakho, singayekanga ukunithandazela+ futhi sicela ukuba nigcwale ulwazi olunembile+ ngentando yakhe kukho konke ukuhlakanipha+ nokuqonda okungokomoya,+
3 Ngiyambonga uNkulunkulu, enginikela kuye inkonzo+ engcwele njengoba kwenza okhokho+ ngonembeza ohlanzekile,+ ngokuthi angiyeki ukukukhumbula ekunxuseni kwami,+ ubusuku nemini