Numeri 14:9 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 9 Kuphela ningadlubulundi kuJehova;+ futhi nina, ningabesabi abantu bezwe,+ ngoba bayisinkwa kithi. Isikhoselo sabo sisukile phezu kwabo,+ futhi uJehova unathi.+ Ningabesabi.”+ Duteronomi 9:7 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 7 “Khumbula: Ungayikhohlwa indlela omcasule ngayo uJehova uNkulunkulu wakho ehlane.+ Kusukela osukwini owaphuma ngalo ezweni laseGibhithe kuze kube sekufikeni kwenu kule ndawo niye nadlubulunda kuJehova ngokuziphatha kwenu.+ 1 Samuweli 12:15 INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele 15 Kodwa uma ningeke nililalele izwi likaJehova+ futhi nizodlubulunda emyalweni kaJehova,+ ngokuqinisekile isandla sikaJehova siyomelana nani nawoyihlo.+
9 Kuphela ningadlubulundi kuJehova;+ futhi nina, ningabesabi abantu bezwe,+ ngoba bayisinkwa kithi. Isikhoselo sabo sisukile phezu kwabo,+ futhi uJehova unathi.+ Ningabesabi.”+
7 “Khumbula: Ungayikhohlwa indlela omcasule ngayo uJehova uNkulunkulu wakho ehlane.+ Kusukela osukwini owaphuma ngalo ezweni laseGibhithe kuze kube sekufikeni kwenu kule ndawo niye nadlubulunda kuJehova ngokuziphatha kwenu.+
15 Kodwa uma ningeke nililalele izwi likaJehova+ futhi nizodlubulunda emyalweni kaJehova,+ ngokuqinisekile isandla sikaJehova siyomelana nani nawoyihlo.+